UJobe 33:2 - IsiZulu 2020 Ngivula umlomo wami, ulimi lwami luyakhuluma. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Bheka-ke, sengivula umlomo wami; ulimi lwami lukhuluma emlonyeni wami. Contemporary Zulu Bible 2024 Bheka, manje sengiwuvulile umlomo wami, nolimi lwami lukhuluma emlonyeni wami. |
kodwa angiwuvumelanga umlomo wami ukuba wone ngokucela impilo yakhe ngokuyiqalekisa.
Amazwi ami aveza ubuqotho benhliziyo yami, lokho izindebe zami ezikwaziyo, zikukhuluma ngeqiniso.
Umlomo wami ngizowuvula, ngisho umfanekiso, ngizobonakalisa izimfihlakalo zasemandulo,