Izinyawo zami uzichome ezingongolweni, waziqaphela zonke izindlela zami, wamisa umkhawulo ematheni ezinyawo zami.
UJobe 33:11 - IsiZulu 2020 Ufaka izinyawo zami ezingongolweni, aqaphe zonke izinyathelo zami.’ IBHAYIBHELI ELINGCWELE Ufaka izinyawo zami ezingongolweni, aqaphele zonke izindlela zami. Contemporary Zulu Bible 2024 Ufaka izinyawo zami engongolweni, uthengisa zonke izindlela zami. |
Izinyawo zami uzichome ezingongolweni, waziqaphela zonke izindlela zami, wamisa umkhawulo ematheni ezinyawo zami.
UPhashuri wamshaya uJeremiya, umphrofethi, wamfaka ejele elalingasesangweni elingenhla kwakwaBhenjamini, ngasendlini kaSimakade.
bonke abakhileyo emhlabeni bashaywa into engelutho; wenza ngokuthanda kwakhe empini yasezulwini naphakathi kwabakhileyo emhlabeni; akekho ongavimbela isandla sakhe, noma athi kuye: “Wenzani na?”
Kwathi eseyalwe kanjalo, qede wabafaka ejele elingaphakathi, wabophela izinyawo zabo ogongolweni.