Bhekani, ngiwalalele amazwi enu, ngabeka indlebe ekuqondeni kwenu, lapho niphumputha eniyakukusho.
UJobe 32:10 - IsiZulu 2020 “Ngakho-ke ngithi ngilaleleni, nami ngibeke olwami uvo. IBHAYIBHELI ELINGCWELE “Ngalokho ngithi: Ngizweni; nami ngiyakusho umqondo wami. Contemporary Zulu Bible 2024 Ngakho ngithe: Ngilaleleni; Nami ngizobeka umbono wami. |
Bhekani, ngiwalalele amazwi enu, ngabeka indlebe ekuqondeni kwenu, lapho niphumputha eniyakukusho.
Kepha maqondana nezintombi, anginawo umyalo weNkosi, kodwa ngibeka uvo lwami njengothembekileyo nowahawukelwa yiNkosi.
Kepha ubusisekile kakhulu uma ehlala enjalo; lowo-ke ngumbono wami, futhi ngicabanga ukuthi ngiholwa nguMoya kaNkulunkulu.