Sengiyinhlekisa kumngani wami, mina ebengikhala kuNkulunkulu angiphendule; umuntu olungileyo nongenasici, useyisigcono.
UJobe 30:9 - IsiZulu 2020 “Manje sengiphenduke ingoma yabo yokubhinqa, impela sengiyisaga sabo. IBHAYIBHELI ELINGCWELE “Manje sengihaywa yibo, yebo, sengiyisaga sabo. Contemporary Zulu Bible 2024 Manje sengiyingoma yabo, yebo, sengiyisaga sabo. |
Sengiyinhlekisa kumngani wami, mina ebengikhala kuNkulunkulu angiphendule; umuntu olungileyo nongenasici, useyisigcono.
bangabantwana beziwula, abantwana babantu abangenagama, bayashaywa, baxoshwe ezweni.
Simakade, wangiyenga, ngayengeka; ube namandla kunami, wangehlula. Ngibe yinhlekisa usuku lonke, ngaklolodelwa yibo bonke.