Uyakuba yindoda ewumdlwembe njengembongolo yasendle, amelane nabo bonke abantu, nabantu bonke bamelane naye, futhi uyoba nochuku ngisho nasezihlotsheni zakhe zonke.”
UJobe 30:7 - IsiZulu 2020 Babhonga phakathi kwezihlahla, babuthane phansi kwembabazane, IBHAYIBHELI ELINGCWELE Bayakhonya phakathi kwezihlahla; phansi kwezimbabazane bayabuthana, Contemporary Zulu Bible 2024 Aqhuma phakathi kwezihlahla; abuthwa ngaphansi kwezimbabazane. |
Uyakuba yindoda ewumdlwembe njengembongolo yasendle, amelane nabo bonke abantu, nabantu bonke bamelane naye, futhi uyoba nochuku ngisho nasezihlotsheni zakhe zonke.”
Uma umuntu ongahlakaniphile engaba ngohlakaniphileyo, nethole lembongolo yasendle lingazalwa lingumuntu.
bangabantwana beziwula, abantwana babantu abangenagama, bayashaywa, baxoshwe ezweni.
Imbongolo yasendle iyakhala yini inotshani na? Inkabi iyakhala yini inotshani na?
bheka, kwakumile ukhula lwameva, kwembozwe gimbici yimbabazane, nomthangala okubiyeleyo udilikele phansi.