Yena wahamba uhambo losuku ehlane, waze wayohlala phansi kwesihlahla sonwele. Enhliziyweni yakhe wafisa ukufa, wathi: “Sekwanele manje, Simakade! Sale usuwuthatha umphefumulo wami, ngokuba angilungile kunokhokho bami.”
UJobe 30:4 - IsiZulu 2020 bakha imifino ebabayo ehlozini, badle amagonsi. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Bayakha imifino kasawoti ezihlahleni; izimpande zezinwele zingukudla kwabo. Contemporary Zulu Bible 2024 Abagawula umhlwa emahlathini nezimpande zomjunipha zibe yinyama yabo. |
Yena wahamba uhambo losuku ehlane, waze wayohlala phansi kwesihlahla sonwele. Enhliziyweni yakhe wafisa ukufa, wathi: “Sekwanele manje, Simakade! Sale usuwuthatha umphefumulo wami, ngokuba angilungile kunokhokho bami.”
Bondile ngenxa yokweswela nangendlala, sebeququda okomileyo, nomhlabathi oliqwaqwasi,
Bayaxoshwa emphakathini, abantu bamemeza emva kwabo sengathi kusemva kwamasela.
U-Amose waphendula wathi ku-Amaziya: “Angiyena umphrofethi mina, futhi angiyona indodana yomphrofethi, kodwa ngangingumelusi nomlimi wemithombe.
Yafisa ukuthiba iphango ngemidumba edliwa yizingulube, kepha kayiphiwanga muntu.