Kuhle yini kuwe ukuba ucindezele, ulahle umsebenzi wezandla zakho, uphumelelise icebo lezikhohlakali na?
UJobe 30:21 - IsiZulu 2020 Usungiphendukele, waba nonya kimi; uyangihlukumeza ngamandla esandla sakho. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Uyaguquka ukuze ungiphathe ngonya; ngamandla esandla sakho uyangizingela. Contemporary Zulu Bible 2024 Ube nesihluku kimi; ngesandla sakho esinamandla uyamelana nami. |
Kuhle yini kuwe ukuba ucindezele, ulahle umsebenzi wezandla zakho, uphumelelise icebo lezikhohlakali na?
Ningihluphelani njengalokhu noNkulunkulu enza na? Anisuthi yini yinyama yami na?
U-Elihu, indodana kaBharakheli, umBhuzi, womndeni kaRamu, wathukuthela uJobe ngokuba wayezithethelela yena kunoNkulunkulu.
Zonke izithandwa zakho zikukhohliwe, azisakufuni, ngokuba ngikushaye njengesitha, ngakuyala njengononya, ngenxa yobukhulu bokona kwakho, nangenxa yobuningi bezono zakho.
Ngalokho zithobeni phansi kwesandla sikaNkulunkulu esinamandla, ukuze aniphakamise ngesikhathi esifaneleyo,