Lobo busuku mabubanjwe yisigayegaye sobumnyama, bungathokozi phakathi kwezinsuku zonyaka, lungabalwa phakathi kwezinsuku zenyanga.
UJobe 3:7 - IsiZulu 2020 Yebo, lobo busuku mabube yinyumba, kungezwakali msindo wenjabulo kubo. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Bheka, lobo busuku mabungabi nalutho, kungangeni ukujabula kubo. Contemporary Zulu Bible 2024 Bheka, lobo busuku mabube bodwa, makungangeni kubo izwi lokujabula. |
Lobo busuku mabubanjwe yisigayegaye sobumnyama, bungathokozi phakathi kwezinsuku zonyaka, lungabalwa phakathi kwezinsuku zenyanga.
Ukuzijabulisa ngokhehlegume akusekho, ukuxokozela kwabajabulayo kuphelile, nenjabulo yehabhu inqamukile.
Emizini yakwaJuda nasemigwaqweni eJerusalema ngiyakuwuthulisa umsindo wokujabula nowokuthokoza, nezwi lomyeni nelikamakoti, ngokuba izwe liyakuba yincithakalo.’ ”