Kepha-ke ake welule isandla sakho uthinte konke anakho, ubone ukuthi akazukukuqalekisa yini, ebusweni bakho.”
UJobe 3:1 - IsiZulu 2020 Emveni kwalokho uJobe wakhuluma; waqalekisa usuku lwakhe. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Emva kwalokho uJobe wavula umlomo wakhe, waqalekisa usuku lwakhe. Contemporary Zulu Bible 2024 Emva kwalokho uJobe wavula umlomo wakhe, waqalekisa usuku lwakhe. |
Kepha-ke ake welule isandla sakho uthinte konke anakho, ubone ukuthi akazukukuqalekisa yini, ebusweni bakho.”
Sekwenzekile konke lokhu uJobe akazange one, akamthelanga ngehlazo uNkulunkulu.
Bahlala naye emhlabathini izinsuku eziyisikhombisa nobusuku obuyisikhombisa, bengasho lutho kuye, ngokuba babona ukuthi wayesebuhlungwini obukhulu kakhulu.
Ake welule isandla sakho uthinte amathambo akhe nenyama yakhe, uzobona uyakukuthuka bukhoma.”
“Malubhubhe usuku engazalwa ngalo, nobusuku okwathiwa: ‘Ukhulelwe ingane yomfana.’
Maye, maye kimi lokhu ungizale ngaba ngumuntu wokuphikisana, nomuntu wokuxabanisa emhlabeni wonke! Angebolekanga lutho futhi angebolekwanga lutho; nokho bonke bayangiqalekisa.