Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




UJobe 28:7 - IsiZulu 2020

Leyo ndlela ayaziwa yinqe, neso likaheshane alikaze liyibone.

Uka jalj uñjjattʼäta

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

Lowo mgudu awaziwa yinqe, neso loheshe aliwubonanga.

Uka jalj uñjjattʼäta

Contemporary Zulu Bible 2024

Kukhona indlela engaziwa inyoni, neso lenqe aliyibonanga;

Uka jalj uñjjattʼäta



UJobe 28:7
7 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

akwazise izimfihlakalo zokuhlakanipha kwakhe, ngokuba ukuhlakanipha kwakhe kubanzi, ukuze wazi ukuthi uNkulunkulu uzokwenza ukhohlwe yingxenye yecala lakho, ukuze kube kuhle kuwe.


Amatshe awo ayindawo yamasafire; inothuli lwegolide.


Izilo ezinkulu azikaze zihambe ngayo, nebhubesi alikaze ledlule kuyo.


“Iphi indlela eya lapho kuhlala khona ukukhanya, nobumnyama na? iphi indawo yabo,


Iphi indlela eya lapho ukukhanya kuhlakazwa khona, nalapho umoya wasempumalanga uhlakazekela khona emhlabeni na?


Yeka ukujula kwengcebo, nokuhlakanipha, nokwazi kukaNkulunkulu! Yeka izehlulelo zakhe ezingaphenyekiyo, nezindlela zakhe ezingaqondakaliyo!