UJobe 28:11 - IsiZulu 2020 Uvimba imifula ingaconsi, akukhiphele ekukhanyeni okufihlakeleyo. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Uyavimba imifula ukuba ingaconsi; imfihlakalo uyayikhiphela ekukhanyeni. Contemporary Zulu Bible 2024 Uyabopha imifula ukuze ingachichima; futhi okufihliweyo uyakuveza obala. |
Ngamba, ngaphuza amanzi; ngiyonyathela ngonyawo lwami, kome yonke imifula eGibhithe.’ ”
Ngakho-ke ningahluleli lutho singakafiki isikhathi, ingakafiki iNkosi eyakukuveza ekukhanyeni lokho okufihlakeleyo kobumnyama, izidalule izizindlo zezinhliziyo; kulapho-ke yilowo nalowo eyakuthola khona ukubongwa kuNkulunkulu.