UJobe 27:4 - IsiZulu 2020 izindebe zami aziyukuyikhuluma inkohlakalo, nolimi lwami aluyukuyikhipha inkohliso. IBHAYIBHELI ELINGCWELE izindebe zami aziyikukhuluma okubi, nolimi lwami aluyikukhipha inkohliso. Contemporary Zulu Bible 2024 Izindebe zami aziyikukhuluma okubi, nolimi lwami aluyikukhuluma inkohliso. |
“Uma kungenjalo ngubani ongakhombisa ukuthi ngingumqambimanga, awenze ize amazwi ami na?”
Amazwi ami aveza ubuqotho benhliziyo yami, lokho izindebe zami ezikwaziyo, zikukhuluma ngeqiniso.
Noma ngiqinisile kepha ngithathwa njengonamanga, inxeba lami alipholi, nakuba ngingenzanga siphambeko.’
Animazi, kodwa Mina ngiyamazi. Uma ngingathi angimazi, ngingaba ngumqambimanga njengani. Kepha ngiyamazi, ngigcina izwi lakhe.
Njengokuba iqiniso likaKhristu likimi, ukuzincoma kwami anginakuphucwa khona ezifundeni e-Akhaya.