Asiyukuba nabantwana noma abazukulu phakathi kwabakubo, noyosinda lapho sasihlala khona.
UJobe 27:15 - IsiZulu 2020 Abaseleyo bakhe bayobulawa wubhubhane, abafelokazi babo bangalili. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Abasele kuye bayakumbelwa ekufeni, abafelokazi babo bangalili. Contemporary Zulu Bible 2024 Abaseleyo kuye bayakungcwatshwa ekufeni, nabafelokazi bakhe abayikukhala. |
Asiyukuba nabantwana noma abazukulu phakathi kwabakubo, noyosinda lapho sasihlala khona.
Ngakho-ke usho kanje uSimakade ngoJehoyakimi, indodana kaJosiya, inkosi yakwaJuda, uthi: “Abayukumlilela bathi: ‘Hawu, mfowethu,’ noma, ‘Hawu, dadewethu!’ futhi abayukumkhalela bathi: ‘Hawu, nkosi,’ noma, ‘Maye, inkazimulo yakhe!’
Imishuqulu yenu iyakuba semakhanda enu, nezimbadada zenu ezinyaweni zenu; ningakhali, ningasikhihli isililo, kodwa-ke niyokonda ngenxa yeziphambeko zenu, nibubulelane omunye komunye.