UJobe 27:12 - IsiZulu 2020 Bhekani, nina nonke nikubonile, kungani senenza okuyize na? IBHAYIBHELI ELINGCWELE Bhekani, nina nonke nikubonile; kungani ukuba nizenze ize na? Contemporary Zulu Bible 2024 Bhekani, nina nonke nizibonele; pho kungani nina nonke niyize? |
Impela kukhona abangiklolodelayo eduze kwami, neso lami lihleli ekungichukuluzeni kwabo.
Ngibekezeleleni, ngizakukhuluma, ningangiklolodela-ke lapho sengiqedile ukukhuluma.
“Lokhu kuyisabelo somuntu oyisikhohlakali kuNkulunkulu, nefa lezidlova ezilabelwa nguSomandla.
Kunento eyize eyenziwa emhlabeni: kukhona abantu abalungile abehlelwa yizinto ezifana nezehlela ababi, nabantu ababi okwenzeka kubo izinto ezenzeka kwabalungileyo. Ngithi: “Nalokho kuyize.”