Ngalezo zinsuku nasemveni kwazo, kwaba khona iziqhwaga emhlabeni. Amadodana kaNkulunkulu alala namadodakazi abantu, awazalela abantwana. Baba ngamaqhawe asendulo, adumileyo.
UJobe 26:5 - IsiZulu 2020 “Izithunzi ziyathuthumela phansi kwamanzi, nakho konke okuhlala kuwo. IBHAYIBHELI ELINGCWELE “Izithunzi ziyathuthumela phansi kwamanzi kanye nabakhelwane bawo. Contemporary Zulu Bible 2024 Kubunjwa okufileyo ngaphansi kwamanzi, nabakhileyo kuwo. |
Ngalezo zinsuku nasemveni kwazo, kwaba khona iziqhwaga emhlabeni. Amadodana kaNkulunkulu alala namadodakazi abantu, awazalela abantwana. Baba ngamaqhawe asendulo, adumileyo.
Usizwe ngubani ukuba usho lawo mazwi? Uwafunzwe ngubani uze ukhulume kanjena na?
Uyakubenzela yini abafileyo isimangaliso na? Izithunzi ziyovuka yini zikubonge na? Sela