“Kukhona abamelene nokukhanya, abangazibandakanyi nezindlela zakho, abanganamatheli emikhondweni yakho.
UJobe 24:14 - IsiZulu 2020 Umbulali uvuka ngovivi, abulale ompofu nontulayo; ebusuku ufana nesela. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Umbulali uvuka ekuseni, abulale ompofu noswelayo; ebusuku unjengesela. Contemporary Zulu Bible 2024 Umbulali ovuka ngokukhanya ubulala ompofu nompofu, ebusuku unjengesela. |
“Kukhona abamelene nokukhanya, abangazibandakanyi nezindlela zakho, abanganamatheli emikhondweni yakho.
USimakade uze ukuzokwehlulela ekanye namalunga abantu bakhe nabaholi babo, uthi: “Yini eniqede isivini, nabuthela impango yabampofu ezindlini zenu.
Kepha-ke yazini lokhu, ukuthi uma umninindlu ebesazi isikhathi isela eliyakufika ngaso, ubengayukuvuma ukuba indlu yakhe igqekezwe.
Ngakho-ke khumbula ukuthi wemukela, wezwa kanjani, ukugcine, uphenduke. Ngokuba uma ungalindi, ngiyakuza kuwe njengesela; kawusoze walazi ihora engiyakufika ngalo kuwe.