Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




UJobe 23:8 - IsiZulu 2020

Kepha uma ngiya phambili, akekho lapho, uma ngiya emuva, angimboni

Uka jalj uñjjattʼäta

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

Kodwa bheka, ngiya empumalanga, kepha akakho, nasentshonalanga, kepha angimboni,

Uka jalj uñjjattʼäta

Contemporary Zulu Bible 2024

Bheka, ngiya phambili, kepha akekho; nangemuva, kepha angimboni;

Uka jalj uñjjattʼäta



UJobe 23:8
9 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

ngakwesokhohlo, lapho ezifihle khona, angimboni; ujikela ngakwesokunene, kepha angimboni.


Uma Yena ethula, ngubani ongamsola na? Uma efihla ubuso bakhe, ngubani ongambona na? Ubusa isizwe nomuntu ngokufanayo,


Kakhulu kangakanani uma uthi awuboni, nokuthi icala liphambi kwakhe, wena ulindele Yena!


Bheka, uyedlula ngakimi, ngingaboni, uyedlula, kodwa ngingamuzwa.


Simakade, kungani umele kude na? Uzifihlelani ngezikhathi zokuhlupheka na?


Ungizungeze ngemuva nangaphambili, wabeka isandla sakho phezu kwami.


Impela unguNkulunkulu ozifihlayo, uNkulunkulu ka-Israyeli, osindisayo.


Nguye kuphela ongafiyo, ohlala ekukhanyeni okungenakusondelwa kukho, ongakaze abonwe muntu, futhi ongebonwe. Makube kuye udumo namandla aphakade. Amen.