Ngiyakuthi kuNkulunkulu: ‘Ungangilahli njengonecala, kodwa ngazise; kuyini ongiphikisa ngakho na?
UJobe 23:5 - IsiZulu 2020 Bengiyakuwazi amazwi abeyokungiphendula ngawo, ngikuqonde abezokusho kimi. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Bengiyakuwazi amazwi abeyakungiphendula ngawo, ngiqonde ukuthi ubeyakuthini kimi. Contemporary Zulu Bible 2024 Bengiyakwazi ukuthi yimaphi amazwi abeyakungiphendula, ngiqonde abeyakukhuluma kimi. |
Ngiyakuthi kuNkulunkulu: ‘Ungangilahli njengonecala, kodwa ngazise; kuyini ongiphikisa ngakho na?
Bengiyakulwethula udaba lwami phambi kwakhe, umlomo wami ngiwugcwalise ngamazwi empikiswano.