UJobe 23:3 - IsiZulu 2020 Sengathi ngabe ngiyazi ukuthi ngizomthola kuphi, ukuze ngifike endaweni yakhe. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Sengathi ngingazi ukuthi ngiyakumtholaphi, ngize ngifike endlini yakhe, Contemporary Zulu Bible 2024 O, ngangazi ukuthi ngingamtholaphi! ukuze ngize ngize ngize esihlalweni sakhe! |
Bengiyakulwethula udaba lwami phambi kwakhe, umlomo wami ngiwugcwalise ngamazwi empikiswano.
Simakade siyakulindela endleleni yezehlulelo zakho. Umphefumulo wami ulangazelela igama lakho, nezikhumbuzo zakho.
Simakade, nakuba izono zethu zifakaza ngathi, kodwa yenza okuthile, ngenxa yegama lakho, ngokuba ukuhlubuka kwethu kukhulu; sonile kuwe.
Ngakho-ke kuyakhanya ukuthi abathile babekelwe ukungena ekuphumuleni, nalabo ekuqaleni abalizwa ivangeli abangenanga ngenxa yokungalaleli kwabo.