Uyakuyigcina yini indlela yasemandulo eyahanjwa yizikhohlakali na?
Uyakugcina indlela yamandulo eyahanjwa yizoni na?
Ingabe usuwuphawulile umgwaqo omdala owawuhanjwa abantu ababi?
USimakade wabona ukuthi ububi babantu sebubukhulu emhlabeni nokuthi izizindlo zezinhliziyo zabo zihlala zizimbi njalo,
Sengathi uJobe angavivinywa njalo, ngokuba uphendula njengezikhohlakali.
ohamba engumshungu nezikhohlakali, ahambe nababi na?