Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




UJobe 21:8 - IsiZulu 2020

Abantwana bazo bekhula bamiswe phambi kwazo, nozalo lwazo, phambi kwamehlo azo.

Uka jalj uñjjattʼäta

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

Inzalo yabo iyema phambi kwabo kanye nabo, nabantwana babo phambi kwamehlo abo.

Uka jalj uñjjattʼäta

Contemporary Zulu Bible 2024

Inzalo yabo imi nabo phambi kwamehlo abo, nenzalo yabo phambi kwamehlo abo.

Uka jalj uñjjattʼäta



UJobe 21:8
8 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Asiyukuba nabantwana noma abazukulu phakathi kwabakubo, noyosinda lapho sasihlala khona.


Abantwana bakhe bayonxephezela abampofu, izandla zabo ziwubuyisele kubo umcebo wakhe.


Ifa lendlu yakhe liyoshabalala, linyamalale ngosuku lwentukuthelo kaNkulunkulu.


Izindlu zazo zivikelekile, akukho ukwesaba kuzo; uswazi lukaNkulunkulu alukho phezu kwazo.


nakubantu, ngesandla sakho, Simakade, abantu abasabelo sabo kulo mhlaba sikulokhu kuphila, nabazisu zabo uzigcwalisa ngalokho obabekele khona, nabashiyela izingane zabo okuningi okusele kubo.


Abazukulu bangumqhele wabadala, abazali bayigugu kubantwana.


Abayukushikashikela ize, noma bazale izingane bezizalela ukuhlupheka, ngokuba bayizizukulwane zababusisiweyo bakaSimakade, kanjalo nabantwana babo.