nokho ngiyabesaba bonke ubuhlungu bami, ngiyazi awuyukungithatha njengongenacala.
UJobe 21:6 - IsiZulu 2020 Uma ngikhumbula lokhu, ngiyaphazamiseka, ukwesaba kuhlasimulise umzimba wami. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Lapho ngikhumbula nje, ngishaywa luvalo; ukwesaba kubamba inyama yami. Contemporary Zulu Bible 2024 Noma ngikucabanga, ngishaywa luvalo, futhi ukuthuthumela kubambe inyama yami. |
nokho ngiyabesaba bonke ubuhlungu bami, ngiyazi awuyukungithatha njengongenacala.
Kusukela ebusheni bami ngihluphekile, ngaba ngofayo, ngathwala ukwesabeka kwakho, ngaphela.
Bayakubhinca indwangu eyisaka, uvalo lubasibekele, amahloni abe sebusweni babo bonke, amakhanda abo bonke abe yizimpandla.
Ngezwa, qede kwathuthumela izibilini zami, izindebe zomlomo wami zaqhaqhazela ngomsindo; ukuvendlezela kwangena emathanjeni ami, ngathuthumela lapho ngimi khona, ngizothula ngilinde kuze kufike usuku lwenhlupheko kubantu abasihlaselayo.