UJobe 21:4 - IsiZulu 2020 “Ngabe ukukhononda kwami kungomuntu yini na? Kungani umphefumulo wami ungebekezele na? IBHAYIBHELI ELINGCWELE “Mina-ke, ukukhala kwami kungomuntu na? Ngingekhathazeke na? Contemporary Zulu Bible 2024 Mina-ke, ukukhala kwami kumuntu na? futhi uma kunjalo, umoya wami ubungethuki ngani na? |
Ayini amandla ami ukuba ngingawethemba na? Siyini isiphetho sami ukuba ngingasibekezelela na?
Mphefumulo wami, kungani udangele, uyaluza ngaphakathi kwami na? Themba uNkulunkulu, ngokuba ngisazomdumisa ngokusindisa kobukhona bakhe.
UMose wakhuluma kanjalo kubantu bakwa-Israyeli, kodwa abazange bamlalele, ngenxa yezinhliziyo ezincane nokusebenza kanzima.
Khona wathi kubo: “Umphefumulo wami ulusizi kakhulu, kuze kube sekufeni; hlalani lapha, nilinde kanye nami.”
Ungasho ukuthi incekukazi yakho ingowesifazane okhohlakele, ngokuba kungenxa yobuningi bosizi lwami nangokuchukuluzwa kwami, yingakho ngikhuluma kuze kube manje.”