“Omunye ufa esemi kahle kukho konke, ezinzile, enokuthula.
Umuntu ufa esenamandla aphelele, aphumule futhi ethule.
Amathambo akhe ayogcwala ugqozi lobusha, kodwa ayolala othulini kanye naye.
Ziphetha imihla yazo ngokuhle, zehlela endaweni yabafileyo ngokuthula.
Ngokuba manje ngabe ngilele, ngithule, ngabe ngilele ubuthongo, ngiphumule
Ngokuba ekufeni kwakhe akayukumuka nalutho, umcebo wakhe awuyukwehla naye.