Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




UJobe 21:13 - IsiZulu 2020

Ziphetha imihla yazo ngokuhle, zehlela endaweni yabafileyo ngokuthula.

Uka jalj uñjjattʼäta

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

Baqeda imihla yabo ngokuhle, behlela endaweni yabafileyo ngokuthula.

Uka jalj uñjjattʼäta

Contemporary Zulu Bible 2024

Bachitha izinsuku zabo engcebweni, behlela endaweni yabafileyo ngokuphazima kweso.

Uka jalj uñjjattʼäta



UJobe 21:13
13 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Bahlabelela ngesigubhu nangehabhu, bathokoza ngomsindo womtshingo.


“Omunye ufa esemi kahle kukho konke, ezinzile, enokuthula.


Yizo ezahlwithwa kungakabi yisikhathi, ezisisekelo sazo sathululwa njengomfula,


Isomiso nokushisa kuyawomisa amanzi eqhwa; yenza kanjalo-ke nendawo yabafileyo kulabo abonileyo.


Bayaphakanyiswa okwesikhashana, babuye bashabalale; bayabuna, banqunywe njengamazimba.


Ngokuba manje ngabe ngilele, ngithule, ngabe ngilele ubuthongo, ngiphumule


Uma belalela, bamkhonze, imihla yabo iyophetha ngempumelelo neminyaka yabo, bethokozile.


Ngokuba abanazinhlungu, kuze kube sekufeni kwabo, bayizitetelegu.


Noma yini isandla sakho esiyitholayo yenze ngamandla akho wonke, ngokuba akukho msebenzi, namcabango, nakwazi, nakuhlakanipha endaweni yabafileyo, lapho uya khona.


Kweza malungana neGibheya amadoda ayizi-10 000 ayekhethwe kuwo wonke u-Israyeli. Impi yayinzima kakhulu, kodwa abakwaBhenjamini babengaboni ukuthi ingakanani inhlekelele eyayizobehlela.