Zikhipha amankonyane azo njengomhlambi; abantwana bazo bayatshakadula.
Bakhipha izingane zabo njengomhlambi; abantwana babo bayagida.
Zikhipha amazinyane azo njengomhlambi, nabantwana bazo bayasina.
Inkunzi yazo iyakhwela, kayiphuthi; inkomazi yazo iyazala, kayiphunzi.
Bahlabelela ngesigubhu nangehabhu, bathokoza ngomsindo womtshingo.
Kepha owentulayo, wamtakula osizini, imindeni yabo wayenza yaba njengomhlambi.