yesabeni nina uqobo inkemba, ngokuba ulaka lungolweziphambeko ezifanele inkemba, ukuze nazi ukuthi ukwehlulela kukhona.”
UJobe 20:3 - IsiZulu 2020 Sengizizwile izinsolo zakho ezingithunazayo, kodwa manje umoya wami wokuqonda ungenza ngiphendule. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Ngiyezwa insolo engihlazisayo, kepha umoya wasengqondweni yami uyangiphendula. Contemporary Zulu Bible 2024 Ngikuzwile ukuthukwa kwami, nomoya wokuqonda kwami wangiphendula. |
yesabeni nina uqobo inkemba, ngokuba ulaka lungolweziphambeko ezifanele inkemba, ukuze nazi ukuthi ukwehlulela kukhona.”
Sekuze kwaba kalishumi ningingcofa, kodwa anizange nibe namahloni okuthi ningiphathe kabi.
“Imicabango yami engihluphayo ingenza ngishe amashushu ngokukuphendula, ngenxa yokuba ngikhathazeke kakhulu.
Amazwi ami aveza ubuqotho benhliziyo yami, lokho izindebe zami ezikwaziyo, zikukhuluma ngeqiniso.
Umlomo wami uzokhuluma ukuhlakanipha, ukuzindla kwenhliziyo yami kuzokuba ngukuqonda.