Abagogobele endlini yami nezincekukazi zami bangenza umfokazi, sengingowezizwe emehlweni abo.
Abagogobele endlini yami nezincekukazi zami bangishaya umfokazi; ngingowezizwe emehlweni abo.
Abahlala endlini yami nezincekukazi zami bangishaya umfokazi; Ngiyisihambi emehlweni abo.
Izihlobo zami zingishiyile, nengazana nabo bangikhohliwe.
Uma ngibiza inceku yami, ayisabeli, sekuyimina engiyincenga ngomlomo wami.
Sihawukele, Simakade, sihawukele, ngokuba sesikhathele wukwedelelwa.