“Ngabe awayukuphendulwa yini amazwi amaningi kangaka na? Iphoshophosho lingaxolelwa yini na?
UJobe 18:2 - IsiZulu 2020 “Uyokuyeka nini lokhu kukhuluma na? Ake ucabangisise, bese siyakhuluma. IBHAYIBHELI ELINGCWELE “Koze kube nini nibekela amazwi ami izingibe na? Qondani, andukuba sikhulume. Contemporary Zulu Bible 2024 Kuyothatha isikhathi esingakanani ngaphambi kokuba uyeke ukukhuluma? maka, futhi emva kwalokho sizokhuluma. |
“Ngabe awayukuphendulwa yini amazwi amaningi kangaka na? Iphoshophosho lingaxolelwa yini na?
Lapho izikhohlakali zingasakwazi ukuhlupha, nalapho abakhathele besekuphumuleni.
Yazini lokhu, bazalwane bami abathandekayo, ukuthi: makube yilowo nalowo muntu asheshe ukuzwa, aphuze ukukhuluma, aphuze nokuthukuthela.