“Juda, abafowenu bayokudumisa. Isandla sakho siyohlala entanyeni yezitha zakho, amadodana kayihlo akukhothamele.
UJobe 15:26 - IsiZulu 2020 Wamelana naye ngeqholo, ethembele emahawini akhe aqinileyo, IBHAYIBHELI ELINGCWELE Wamdumela ngentamo elukhuni, nangamaqhubu adumbileyo amahawu akhe, Contemporary Zulu Bible 2024 Uyagijima phezu kwakhe, yebo, entanyeni yakhe, phezu koboya obuminyene bezihlangu zakhe. |
“Juda, abafowenu bayokudumisa. Isandla sakho siyohlala entanyeni yezitha zakho, amadodana kayihlo akukhothamele.
Ngesikhathi sokuhlushwa kwakhe, inkosi u-Ahazi yaqhubeka yenza okubi kuSimakade.
Ngangihlezi kahle, wangiphihliza, ungibambe ngentamo, wangiphahlaza, ungimise ngaba yinkololo yakhe.
Ngokuba ukuphakanyiswa akuveli empumalanga, entshonalanga nasehlane ezintabeni,
Kepha uFaro wathi: “Ungubani uSimakade ukuthi ngingalalela izwi lakhe, ngivumele u-Israyeli ahambe na? Angimazi uSimakade, futhi anginakumdedela u-Israyeli ahambe.”