Esakhuluma nawo, inkosi yehlela kuye, yathi: “Uyabona-ke, lobu bubi buvela kuSimakade. Pho kungani kusamele ngimlinde uSimakade na?”
UJobe 15:22 - IsiZulu 2020 Akethembi ukuthi uyobuya ebumnyameni, ulindelwe yinkemba. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Akethembi ukuthi uyakubuya ebumnyameni; uyalindelwa yinkemba. Contemporary Zulu Bible 2024 Akakholwa ukuthi uyobuya ebumnyameni, futhi ulindelwe ngenkemba. |
Esakhuluma nawo, inkosi yehlela kuye, yathi: “Uyabona-ke, lobu bubi buvela kuSimakade. Pho kungani kusamele ngimlinde uSimakade na?”
Uhamba ezulazula, efuna ukudla, athi: kuphi na? Uyazi ukuthi usuku lobumnyama selusesandleni sakhe.
Akayukusuka ebumnyameni, ilangabi liyakubunisa amagatsha akhe, apheshulwe ngukuphefumula komlomo wakhe.
yesabeni nina uqobo inkemba, ngokuba ulaka lungolweziphambeko ezifanele inkemba, ukuze nazi ukuthi ukwehlulela kukhona.”
Uma abantwana bakhe banda, bandela inkemba; nabozalo lwakhe abayukusutha ngukudla.
Umphefumulo wakhe awuphephise egodini, nokuphila kwakhe kungabhujiswa ngomkhonto.
Ayini amandla ami ukuba ngingawethemba na? Siyini isiphetho sami ukuba ngingasibekezelela na?