UJobe 15:18 - IsiZulu 2020 lokho okwakhulunywa yizihlakaniphi ezingakufihlanga kokhokho bazo, IBHAYIBHELI ELINGCWELE lokho izihlakaniphi ezikubonakalisile, zikuthathe koyise, zingakufihlanga, Contemporary Zulu Bible 2024 okwakhulunywa ngabahlakaniphileyo ngoyise kodwa kabakufihlanga; |
Ake ubuze manje ngezizukulwane ezakwandulelayo, uqaphele okwatholwa ngokhokho bazo,
Nalapho sengimdala, sengiyimpunga, uze ungangishiyi, ukuze ngishumayele ubukhulu bakho kwabasazozalwa, namandla akho ezizukulwaneni.
Abaphilayo, abaphilayo bayakubonga njengami namuhla; oyise bayabazisa abantwana ngokuthembeka kwakho.