“Ngokuba kukhona ithemba emthini: uma unqunywa, uyakubuye uhlume, nehlumela lawo aliyukuphela.
UJobe 14:8 - IsiZulu 2020 Noma impande yawo iguga emhlabathini, nesiqu sawo sifela othulini, IBHAYIBHELI ELINGCWELE Noma impande yawo iguga emhlabathini, nesiphunzi sawo sifela othulini, Contemporary Zulu Bible 2024 Noma impande yakhe iguga emhlabeni, nesiqu sakhe sifela emhlabathini; |
“Ngokuba kukhona ithemba emthini: uma unqunywa, uyakubuye uhlume, nehlumela lawo aliyukuphela.
Abafileyo bakho bayophila, izidumbu zabo zivuke. Vukani, nihlokome ngenjabulo nina enihlala othulini, ngokuba amazolo akho ayoba njengokukhanya kwasekuseni, nomhlaba uyokhipha abafileyo.
Ngiqinisile, ngiqinisile ngithi kini: uma uhlamvu lukakolo luwela emhlabathini, lungafi, luhlala lodwa, kodwa uma lufa, luthela izithelo eziningi.