UJobe 13:8 - IsiZulu 2020 Niyobuvuna yini ubuso bakhe, nimmele uNkulunkulu na? IBHAYIBHELI ELINGCWELE Niyakubuvuma ubuso bakhe, nimmele uNkulunkulu, na? Contemporary Zulu Bible 2024 Uyakwamukela ubunjalo bakhe na? uzomlwela uNkulunkulu na? |
ongakhethi buso bezikhulu, onganaki ocebileyo kunompofu na? Ngokuba bonke bangumsebenzi wezandla zakhe.
Nanka amanye amazwi okuhlakanipha: akukuhle ukubheka ubuso bomuntu lapho wehlulelwa.
“ ‘Aniyukuhlanekezela ukwehlulela. Aniyukumbandlulula ompofu, nivune ocebileyo, kodwa niyomehlulela ngokulunga umakhelwane wenu.
“Ngalokho-ke Mina nginenze nadeleleka, nathotshiswa phambi kwabo bonke abantu, ngoba ningazigcinanga izindlela zami, futhi niyenzelela emthethweni.”