UJehu wabaqoqa bonke abantu, wathi kubo: “U-Ahabi wamkhonza kancane uBhali, kodwa uJehu uyakumkhonza kakhulu.
UJobe 13:7 - IsiZulu 2020 Niyokhuluma okubi yini ngoNkulunkulu, niyokhuluma inkohliso ngaye na? IBHAYIBHELI ELINGCWELE Niyakumkhulumela uNkulunkulu ngokubi, nimkhulumele ngenkohliso, na? Contemporary Zulu Bible 2024 Uzakhuluma kubi kuNkulunkulu yini? futhi ukhulume kuye ngenkohliso? |
UJehu wabaqoqa bonke abantu, wathi kubo: “U-Ahabi wamkhonza kancane uBhali, kodwa uJehu uyakumkhonza kakhulu.
Amandla nokuhlakanipha okungqokolo kungokwakhe, oduka endleleni nalowo omdukisayo bangabakhe.
izindebe zami aziyukuyikhuluma inkohlakalo, nolimi lwami aluyukuyikhipha inkohliso.
Ake ukhumbule ukuthi ngubani owake wabhujiswa engenacala na? Babhujiswa kuphi abalungileyo na?
Bayakunikhipha emasinagogeni; yebo, isikhathi siyeza lapho bonke abanibulalayo beyakuthi basebenzela uNkulunkulu.
sizilahlile izinto ezifihliwe zehlazo, asihambi ngobuqili, futhi asiliphambanisi izwi likaNkulunkulu, kodwa ngokuveza obala iqiniso, sizincoma kunembeza wabantu bonke phambi kukaNkulunkulu.