Ukuqavitha kwakho kufanele kubathulise yini abantu na? Nalapho ukloloda, akekho yini ongakuthela ngehlazo na?
UJobe 13:5 - IsiZulu 2020 Sengathi impela ningawuhlaba inhlali, lokho kuyoba ngukuhlakanipha kini. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Sengathi ningathula nokuthula, lokho kube ngukuhlakanipha kini. Contemporary Zulu Bible 2024 O, sengathi ungathula uthule! futhi lokhu kufanele kube ukuhlakanipha kwakho. |
Ukuqavitha kwakho kufanele kubathulise yini abantu na? Nalapho ukloloda, akekho yini ongakuthela ngehlazo na?
Lawo madoda amathathu ayeseyeka ukuphendulana noJobe ngoba wayengolungileyo emehlweni akhe.
Nami ngibalinde yini, njengoba bengasho lutho na? Bamile laphaya, abasaphenduli.
Ngokuba iphupho livela nemisebenzi eminingi; nezwi lesiwula linamagama amaningi.
Ngakho-ke ohlakaniphileyo uyakuthula ngaleso sikhathi, ngokuba yisikhathi esibi.
Yazini lokhu, bazalwane bami abathandekayo, ukuthi: makube yilowo nalowo muntu asheshe ukuzwa, aphuze ukukhuluma, aphuze nokuthukuthela.