Wayesethi ku-Eliya: “Kodwa ngikone ngani wena muntu kaNkulunkulu? Uze lapha ukuba uzongikhumbuza isono sami nokuba kufe indodana yami na?”
UJobe 13:26 - IsiZulu 2020 Ngokuba ubhala izinto ezibuhlungu ngami, ungijezisela iziphambeko zasebusheni bami. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Ngokuba uloba okumunyu ngami, ungidlisa ifa lobubi bobusha bami; Contemporary Zulu Bible 2024 Ngokuba ubhala okumunyu ngami, ungivumele ngiphathe ububi bobusha bami. |
Wayesethi ku-Eliya: “Kodwa ngikone ngani wena muntu kaNkulunkulu? Uze lapha ukuba uzongikhumbuza isono sami nokuba kufe indodana yami na?”
Ungazikhumbuli izono zobusha bami neziphambeko zami, ngokwesihawu sakho ngikhumbule, ngenxa yokulunga kwakho, Simakade!
Lapho ngichezukile, ngazisola, nalapho sengifundisiwe, nganxothoza, ngaba namahloni, yebo, ngajabha, ngokuba ngalithwala ihlazo lobusha bami.’
Emva kwalokho uJesu wamfica lowo muntu ethempelini, wathi kuye: “Usuphilisiwe; ungabe usona, funa wehlelwe ngokubi kunalokhu.”
Wabaphendula wathi: “Ningangibizi ngoNawomi; ngibizeni ngoMara, ngokuba uSomandla ungenzele okubi.