Kepha nami nginengqondo njengani, aningedluli ngalutho. Ngubani ongazazi izinto ezinjengalezi na?
UJobe 13:2 - IsiZulu 2020 Enikwaziyo nami ngiyakwazi, aningedluli ngalutho. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Enikwaziyo ngiyakwazi nami; angahlulwa yinina. Contemporary Zulu Bible 2024 Enikwaziyo, nami ngiyakwazi: Angiphansi kini. |
Kepha nami nginengqondo njengani, aningedluli ngalutho. Ngubani ongazazi izinto ezinjengalezi na?
Emveni kokuba uSimakade esekhulume lawo mazwi kuJobe, uSimakade wathi ku-Elifazi, umThemani: “Ngithukuthelele wena nabangani bakho ababili, ngokuba anikhulumanga iqiniso ngami, njengenceku yami, uJobe.
“Kepha mina bengiyakumfuna uNkulunkulu, kuNkulunkulu bengiyakuyibeka indaba yami,
Sengize ngaba yisiwula; nina ningiphoqile. Ngokuba mina kufanele ngabe nginconywa yinina. Angisilele ngalutho kubaphostoli abaqavile kakhulu, noma ngingento yalutho.