Ngakho-ke hlalani nimesaba uSimakade, niqaphele enikwenzayo, ngokuba akukho ukungalungi kuSimakade uNkulunkulu wethu, akakhethi buso bamuntu futhi akafunjathiswa.”
UJobe 13:10 - IsiZulu 2020 Impela uyakunisola uma niyokwenzelela ngasese. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Uyakunisola nokunisola, uma nivuna ubuso ngasese. Contemporary Zulu Bible 2024 Ngokuqinisekile uyonikhuza uma namukela abantu ekusithekeni. |
Ngakho-ke hlalani nimesaba uSimakade, niqaphele enikwenzayo, ngokuba akukho ukungalungi kuSimakade uNkulunkulu wethu, akakhethi buso bamuntu futhi akafunjathiswa.”
ongakhethi buso bezikhulu, onganaki ocebileyo kunompofu na? Ngokuba bonke bangumsebenzi wezandla zakhe.
Kepha uma nikhetha abantu, nenza isono, umthetho univeza obala njengezephulamthetho.