UNkulunkulu wenza zonke izilwane zomhlaba ngezinhlobo zazo, nezilwane ezifuywayo ngezinhlobo zazo, nezihuquzelayo ngezinhlobo zazo. UNkulunkulu wakubona ukuthi kuhle.
UJobe 12:8 - IsiZulu 2020 Khuluma kuwo umhlaba, ukuze ukufundise, nasezinhlanzini zolwandle ukuze zikulandise. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Khuluma kuwo umhlaba, uyakukufundisa, nezinhlanzi zolwandle ziyakukulandisa. Contemporary Zulu Bible 2024 Noma khuluma nomhlaba, uyakukufundisa, nezinhlanzi zolwandle ziyakutshela. |
UNkulunkulu wenza zonke izilwane zomhlaba ngezinhlobo zazo, nezilwane ezifuywayo ngezinhlobo zazo, nezihuquzelayo ngezinhlobo zazo. UNkulunkulu wakubona ukuthi kuhle.
Ngubani phakathi kwabo bonke laba, ongazi ngakho konke lokho ukuthi isandla sikaSimakade sikwenzile lokhu na?