UJobe 12:11 - IsiZulu 2020 Indlebe ayiwahloli yini amazwi, nolwanga alukunambithi yini ukudla na? IBHAYIBHELI ELINGCWELE Indlebe ayivivinyi yini amazwi, njengolwanga lunambitha ukudla, na? Contemporary Zulu Bible 2024 Indlebe ayiwavivinyi yini amazwi? umlomo unambitha inyama yawo? |
Kukhona yini ukungalungi engikusho ngolimi lwami na? Ulwanga lwami alunakukwehlukanisa yini okubi na?”
ukuba nikwazi ukukhetha okusemqoka, ukuze nibe mhlophe, futhi ningabi nasici osukwini lukaKhristu;
Kepha ukudla okuqinileyo kungokwabakhulileyo, asebenomqondo oqeqeshekileyo, asebekwazi ukwehlukanisa okuhle nokubi.