noma wazi kahle ukuthi anginacala, futhi akekho ongangihlenga esandleni sakho na?
UJobe 11:4 - IsiZulu 2020 Ngokuba uthe: ‘Ukufundisa kwami kulungile; ngimsulwa emehlweni akho Nkulunkulu.’ IBHAYIBHELI ELINGCWELE Ngokuba uthi: ‘Ukufundisa kwami kulungile; ngimhlophe emehlweni akho.’ Contemporary Zulu Bible 2024 Ngoba uthe: Imfundiso yami ihlanzekile, futhi ngimsulwa emehlweni akho. |
noma wazi kahle ukuthi anginacala, futhi akekho ongangihlenga esandleni sakho na?
“Ucabanga ukuthi lokhu kulungile yini na? Uthi: ‘Mina ngilungile phambi kukaNkulunkulu,’
Lokho bekuyoba yinduduzo kimi, bengiyojabuliswa yizinhlungu ezingapheliyo, ngokuba angiwagodlanga amazwi oNgcwele.
Uma ngona, ngenzani kuwe mlindi wabantu na? Ungimiseleni ngibe yinkololo yakho, ngize ngibe ngumthwalo nakimi na?
Kodwa mngcweliseni uKhristu njengeNkosi ezinhliziyweni zenu, nihlale nilindele ukubaphendula bonke abanibuza ngethemba eninalo.