izwe lobumnyama nesiphithiphithi sobumnyama, lapho ukukhanya kufana nobumnyama.’ ”
UJobe 11:1 - IsiZulu 2020 Wayesethatha uZofari waseNahama, wathi: IBHAYIBHELI ELINGCWELE Wayesethatha uSofari waseNahama, wathi: Contemporary Zulu Bible 2024 Wayesephendula uZofari umNahama, wathi: |
izwe lobumnyama nesiphithiphithi sobumnyama, lapho ukukhanya kufana nobumnyama.’ ”
“Ngabe awayukuphendulwa yini amazwi amaningi kangaka na? Iphoshophosho lingaxolelwa yini na?
Kwathi ukuba abangani abathathu bakaJobe bezwe ngakho konke okubi okwakumehlele, bafika njengokuvumelana kwabo ukuzomkhalela nokumduduza, yilowo nalowo esuka endaweni yakhe: u-Elifazi umThemani, uBhilidadi umShuhi, noZofari umNahama.