Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




UJobe 10:12 - IsiZulu 2020

Ungiphe impilo, wangenzela umusa, ukunginakekela kwakho kuwulondile umoya wami.

Uka jalj uñjjattʼäta

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

Ungenzele ukuphila nomusa; ukungihambela kwakho kulondile umoya wami.

Uka jalj uñjjattʼäta

Contemporary Zulu Bible 2024

Unginikile ukuphila nomusa, ukuhanjelwa kwakho kulonde umoya wami.

Uka jalj uñjjattʼäta



UJobe 10:12
6 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

ningenzele uzwelo nangiphatha ngomusa nangiphephisa. Kodwa angikwazi ukubalekela ezintabeni, funa ngehlelwe yinhlekelele, ngibhubhe.


Awungembathisanga yini isikhumba nenyama, wangiphica ngamathambo nangemisipha na?


UMoya kaNkulunkulu ungenzile, nokuphefumula kukaSomandla kunginika ukuphila.


“Ngalokho-ke ngithi kini: ningakhathazeki ngokuphila kwenu ukuthi niyakudlani noma niyakuphuzani, nangomzimba wenu ukuthi niyakwembathani. Ukuphila akukukhulu kunokudla, nomzimba kunesembatho na?


futhi akakhonzwa ngezandla zabantu, kube sengathi udinga utho oluthile. NguYena obapha ukuphila nokuphefumula nakho konke.


‘Ngokuba siphila, sihamba, sikhona kuye,’ njengalokhu izimbongi ezithile zakini zishilo zathi: “ ‘Ngokuba futhi sibozalo lwakhe.’