UJosiya wazala amadodana amane: izibulo nguJohanani, eyesibili nguJehoyakimi, eyesithathu nguZedekiya, eyesine nguShalumi.
UJeremiya 26:1 - IsiZulu 2020 Ekuqaleni kokubusa kukaJehoyakimi, indodana kaJosiya, inkosi yakwaJuda, kwafika leli lizwi livela kuSimakade, lathi: IBHAYIBHELI ELINGCWELE Ekuqaleni kokubusa kukaJehoyakimi indodana kaJosiya, inkosi yakwaJuda, kwafika leli zwi livela kuJehova, lathi: Contemporary Zulu Bible 2024 Ekuqaleni kokubusa kukaJehoyakimi indodana kaJosiya, inkosi yakwaJuda, kwafika leli zwi livela kuJehova, lithi: |
UJosiya wazala amadodana amane: izibulo nguJohanani, eyesibili nguJehoyakimi, eyesithathu nguZedekiya, eyesine nguShalumi.
Labuye lafika nangesikhathi sokubusa kukaJehoyakimu, indodana kaJosiya inkosi yakwaJuda, kwaze kwaba sekupheleni konyaka we-11 wokubusa kukaZedekiya, indodana kaJosiya kwaJuda, kwaze kwaba ngukuthunjwa kweJerusalema ngenyanga yesihlanu.
Kwathi ngonyaka wesine wokubusa kukaJehoyakimi indodana kaJosiya, inkosi yakwaJuda, okwakungunyaka wokuqala wokubusa kukaNebukhadinezari, inkosi yaseBhabhele, kwafika izwi kuJeremiya maqondana nabo bonke abantu bakwaJuda.
Ekuqaleni kokubusa kukaJehoyakimi, indodana kaJosiya, inkosi yakwaJuda, leli lizwi lafika kuJeremiya livela kuSimakade, lithi:
Izwi elafika kuJeremiya livela kuSimakade ezinsukwini zikaJehoyakimi, indodana kaJosiya, inkosi yakwaJuda, lathi:
Kwathi ngonyaka wesine wokubusa kukaJehoyakimi, indodana kaJosiya, inkosi yakwaJuda, kwafika leli lizwi kuJeremiya livela kuSimakade, lathi: