UJeremiya 13:8 - IsiZulu 2020 Izwi likaSimakade lafika kimi, lathi: IBHAYIBHELI ELINGCWELE Lase lifika izwi likaJehova, lithi: Contemporary Zulu Bible 2024 Izwi likaJehova lafika kimi, lathi: |
Ngaya ePheratha, ngemba, ngayithatha indwangu yasokhalo lapho ngangiyifihle khona, bheka, indwangu yasokhalo yayonakele, ingasenamsebenzi walutho.
“Usho kanje uSimakade: ‘Ngiyakukubhubhisa kanjalo ukuziqhenya kukaJuda, nokuzigqaja kweJerusalema.
Ngabheka, ngabona emkhathini owawuphezu kwamakhanda amakherubhi, okwakufana netshe lesafire, kungathi yisihlalo sobukhosi, kwavela ngaphezu kwabo.