UGenesise 9:22 - IsiZulu 2020 UHamu, uyise kaKhanani, wabona ubunqunu bukayise, waxoxela abafowabo ababengaphandle. IBHAYIBHELI ELINGCWELE UHamu uyise kaKhanani wabona ubunqunu bukayise, watshela abafowabo bobabili bengaphandle. Contemporary Zulu Bible 2024 UHamu, uyise kaKhanani, wabona ubunqunu bukayise, watshela abafowabo ababili ngaphandle. |
UShemu noJafethi bathatha ingubo bayibeka emahlombe abo, bahlehla nyovana, bangena, babufihla ubunqunu bukayise. Babufulathelisa ubuso babo ukuze bangabuboni ubunqunu bukayise.
“Iso eliklolodela uyise nelidelela ukulalela unina liyokopolotwa ngamagwababa asemfuleni, lidliwe ngamachwane okhozi.
“Maye, kophuzisa umakhelwane wakhe, athulule ulaka lwakhe, amdakise, ukuze abuke ubunqunu bakhe!
“Kepha uma umfowenu ekona, hamba umsole ninodwa. Uma ekulalele, uyobe umzuzile.
Bazalwane, uma umuntu ebhabheka ebubini, nina bomoya mbuyiseni lowo ngomoya wobumnene, niqaphele nani, funa nilingwe.