Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




UGenesise 8:8 - IsiZulu 2020

Wabuye wathumela ijuba ukuze ahlole ngalo ukuthi nembala amanzi asenciphile yini ebusweni bomhlaba.

Uka jalj uñjjattʼäta

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

Wayesethuma ijuba ukubona ukuba amanzi asenciphile yini ebusweni bomhlaba.

Uka jalj uñjjattʼäta

Contemporary Zulu Bible 2024

Wasethuma ijuba lisuka kuye ukubona ukuthi amanzi asebohlile yini emhlabathini;

Uka jalj uñjjattʼäta



UGenesise 8:8
7 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

wakhiphela ngaphandle igwababa. Landiza njalo lehla lenyuka kwaze kwabohla amanzi emhlabeni.


Kepha ijuba kalitholanga ndawo elalingahlala kuyo. Landiza labuyela emkhunjini, uNowa welula isandla walingenisa ngaphakathi.


Waze wamuhle sithandwa sami! Bheka, umuhle, amehlo akho angamajuba.


Juba lami elisemifantwini yedwala elisekusithekeni endaweni eyehlelayo, mangikubone siqu sakho. Mangizwe izwi lakho, ngokuba izwi lakho limnandi, nesiqu sakho siyabukeka.


“Bhekani lapha, ngiyanithuma njengezimvu phakathi kwezimpisi, ngakho-ke hlakaniphani njengezinyoka, nibe mnene njengamajuba.