Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




UGenesise 8:6 - IsiZulu 2020

Kwathi emveni kwezinsuku ezingama-40, uNowa wavula ifasitela lomkhumbi ayelenzile,

Uka jalj uñjjattʼäta

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

Kwathi emva kwezinsuku ezingamashumi amane uNowa wavula ifasitele lomkhumbi abelenzile.

Uka jalj uñjjattʼäta

Contemporary Zulu Bible 2024

Kwathi ekupheleni kwezinsuku ezingamashumi amane uNowa wavula ifasitela lomkhumbi abelenzile.

Uka jalj uñjjattʼäta



UGenesise 8:6
4 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Uwufulele, ushiye isikhala esiyikhubhithi eyodwa phakathi kophahla macala wonke. Uwakhe ube namagumbi amathathu, elinye libe phezu kwelinye, kube nomnyango eceleni.


Amanzi aya ngokuya ehla. Kwathi lulunye ngenyanga yeshumi, kwaqala kwabonakala iziqongo zezintaba.


wakhiphela ngaphandle igwababa. Landiza njalo lehla lenyuka kwaze kwabohla amanzi emhlabeni.


Kwathi lapho uDaniyeli esazi ukuthi umbhalo ulotshiwe, wangena endlini yakhe, amafasitela ayesekamelweni lakhe eliphezulu ayevulekele ngaseJerusalema, waguqa ngamadolo kathathu ngosuku, wakhuleka, wabonga uNkulunkulu wakhe, njengalokho ayenzile kuqala.