Anda kakhulu aze azisibekela ngamakhubhithi ayishumi nanhlanu iziqongo zezintaba.
UGenesise 8:4 - IsiZulu 2020 Ngosuku lwe-17 ngenyanga yesikhombisa, umkhumbi wathi cababa ezintabeni e-Ararathi. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Ngenyanga yesikhombisa ngosuku lweshumi nesikhombisa enyangeni umkhumbi wema ezintabeni zase-Ararati. Contemporary Zulu Bible 2024 Umkhumbi wema ezintabeni zase-Ararati ngenyanga yesikhombisa ngosuku lweshumi nesikhombisa lwenyanga. |
Anda kakhulu aze azisibekela ngamakhubhithi ayishumi nanhlanu iziqongo zezintaba.
Amanzi aya ngokuya ehla. Kwathi lulunye ngenyanga yeshumi, kwaqala kwabonakala iziqongo zezintaba.
Kwathi ekhuleka endlini kaNisiroki, unkulunkulu wakhe, u-Adirameleki noSarezeri, amadodana akhe, ambulala ngenkemba, abalekela e-Ararathi. U-Esari Hadoni, indodana yakhe, waba yinkosi esikhundleni sakhe.
Kwathi esakhuleka endlini kaNishirokhi, unkulunkulu wakhe, amadodana akhe, o-Adiramelekhi noSarezeri, bambulala ngenkemba, base bebalekela e-Ararathi. U-Esarihadoni, indodana yakhe, waba yinkosi esikhundleni sakhe.
“Phakamisani ibhanela ezweni, nishaye icilongo ezizweni, nivivise izizwe ukuba zilwe nalo, nibize imibuso yase-Ararathi, yaseMini nase-Ashikhenaze, ilihlasele. Nibeke induna yamabutho amelane nalo, nithumele khona amahhashi anjengequlu lesikhonyane.